Ukukhula komfana esizweni samaZulu

Submitted in partial requirements for the degree of Master of Arts in the Department of IsiZulu namaGugu in the Faculty of Arts at the University of Zululand, 2006. === Lolu cwaningo lucubungula indlela umfana akhuliswa ngayo esizweni samaZulu nokubaluleka kwakhe. Lubheka imikhutshana eyenziwa kus...

Full description

Bibliographic Details
Main Author: Mthembu, Magwegwe Zeblon
Other Authors: Khumalo, Z.L.M.
Format: Others
Language:zu
Published: 2010
Subjects:
Online Access:http://hdl.handle.net/10530/259
id ndltd-netd.ac.za-oai-union.ndltd.org-uzulu-oai-uzspace.unizulu.ac.za-10530-259
record_format oai_dc
spelling ndltd-netd.ac.za-oai-union.ndltd.org-uzulu-oai-uzspace.unizulu.ac.za-10530-2592020-01-07T03:13:39Z Ukukhula komfana esizweni samaZulu Mthembu, Magwegwe Zeblon Khumalo, Z.L.M. Boys--Zulu culture Zulu traditions Submitted in partial requirements for the degree of Master of Arts in the Department of IsiZulu namaGugu in the Faculty of Arts at the University of Zululand, 2006. Lolu cwaningo lucubungula indlela umfana akhuliswa ngayo esizweni samaZulu nokubaluleka kwakhe. Lubheka imikhutshana eyenziwa kusukela ezalwa ekhula aze eluse, esenga, ebophela, ebuthwa aze abe insizwa lapho eseqomisa. Isahluko sokuqala sizokwethula ucwaningo nenhloso yalo. Kuzovezwa umklamo wocwaningo nendlela ezosetshenziswa ngenkathi kubhekenwe nalo mshikashika. Kuzokwenekwa umlando omfishane ngendlela umfana akhuliswa ngayo esizweni sikaMalandela. Isahluko sesibili sizobheka kabanzi imikhutshana namasiko enziwa mhlazane kuzelwe umntwana womfana. Kuzobhekwa amakhambi agezwa ngawo nezinyamazane ashunqiselwa ngazo. Ukubaluleka kokugcotshwa ngebomvu nakho kuzobhekwa ngeso lokhozi. Luzobheka ngokubanzi umkhutshana wokuklekla, ukuphehla, ukusokwa luze lumgojele lapho esekhula. Isahluko sesithathu sizogxila lapho umfana eselusa noqeqesho aluthola khona. Sizomqala phansi lapho esalusa izinkukhu, sinyuke naye eselusa izimbuzi, aye emvemveni, emankonyaneni, amathole aze afike ezinkomeni. Izifundo ezitholakala ekwaluseni njengolwazi lwezilwane, izinyoni nemithi nakho kuzenhlobonhlobo etholakala ekwaluseni ukungcweka, ukudla iphaphu, nokuciba insema. esebuthwa nalapho eseba udibi. njengokubhukuda, Sizombheka lapho Isahluko sesine sizocubungula uqeqesho umfana aluthola ekhaya. Lapho kuzobhekwa ukusenga, ukuhlinza, ukuhlahlela, ukubophela izinkabi, nokudipha. Indlela yokuvunula sizoyifakela iso lapho ezofundiswa khona ukusika amabheshu nezinene. Ukugawula izintingo umfana efundiswa ukwakha isibaya nakho kuzovezwa. Isahluko sesihlanu sizogxila lapho umfana esengene ebunsizweni, eseqomisa. Sizobheka izingqinamba nemikhutshana ephathelene nokuqomisa. Amakhambi asetshenziswayo ukuze insizwa ibe nogazi ezintombini njengobulawu nakho kuzofakelwa iso. Eminye imikhutshana eyenziwayo ukuzuza intombi njengokunqunda izimbangi ukuyiphonsa, ukuyithwala, ukukhuzela neminye nakho kuzocutshungulwa. Umkhosi wokubonga indaba nawo ngeke wabukelwa phansi. Isahluko sesithupha sizobe sesiyiphothula le mbenge bese sihlaziya lonke ucwaningo siveze namakhambi (izincomo). Imidlalo 2010-02-23T06:44:21Z 2010-02-23T06:44:21Z 2006 Thesis http://hdl.handle.net/10530/259 zu application/pdf
collection NDLTD
language zu
format Others
sources NDLTD
topic Boys--Zulu culture
Zulu traditions
spellingShingle Boys--Zulu culture
Zulu traditions
Mthembu, Magwegwe Zeblon
Ukukhula komfana esizweni samaZulu
description Submitted in partial requirements for the degree of Master of Arts in the Department of IsiZulu namaGugu in the Faculty of Arts at the University of Zululand, 2006. === Lolu cwaningo lucubungula indlela umfana akhuliswa ngayo esizweni samaZulu nokubaluleka kwakhe. Lubheka imikhutshana eyenziwa kusukela ezalwa ekhula aze eluse, esenga, ebophela, ebuthwa aze abe insizwa lapho eseqomisa. Isahluko sokuqala sizokwethula ucwaningo nenhloso yalo. Kuzovezwa umklamo wocwaningo nendlela ezosetshenziswa ngenkathi kubhekenwe nalo mshikashika. Kuzokwenekwa umlando omfishane ngendlela umfana akhuliswa ngayo esizweni sikaMalandela. Isahluko sesibili sizobheka kabanzi imikhutshana namasiko enziwa mhlazane kuzelwe umntwana womfana. Kuzobhekwa amakhambi agezwa ngawo nezinyamazane ashunqiselwa ngazo. Ukubaluleka kokugcotshwa ngebomvu nakho kuzobhekwa ngeso lokhozi. Luzobheka ngokubanzi umkhutshana wokuklekla, ukuphehla, ukusokwa luze lumgojele lapho esekhula. Isahluko sesithathu sizogxila lapho umfana eselusa noqeqesho aluthola khona. Sizomqala phansi lapho esalusa izinkukhu, sinyuke naye eselusa izimbuzi, aye emvemveni, emankonyaneni, amathole aze afike ezinkomeni. Izifundo ezitholakala ekwaluseni njengolwazi lwezilwane, izinyoni nemithi nakho kuzenhlobonhlobo etholakala ekwaluseni ukungcweka, ukudla iphaphu, nokuciba insema. esebuthwa nalapho eseba udibi. njengokubhukuda, Sizombheka lapho Isahluko sesine sizocubungula uqeqesho umfana aluthola ekhaya. Lapho kuzobhekwa ukusenga, ukuhlinza, ukuhlahlela, ukubophela izinkabi, nokudipha. Indlela yokuvunula sizoyifakela iso lapho ezofundiswa khona ukusika amabheshu nezinene. Ukugawula izintingo umfana efundiswa ukwakha isibaya nakho kuzovezwa. Isahluko sesihlanu sizogxila lapho umfana esengene ebunsizweni, eseqomisa. Sizobheka izingqinamba nemikhutshana ephathelene nokuqomisa. Amakhambi asetshenziswayo ukuze insizwa ibe nogazi ezintombini njengobulawu nakho kuzofakelwa iso. Eminye imikhutshana eyenziwayo ukuzuza intombi njengokunqunda izimbangi ukuyiphonsa, ukuyithwala, ukukhuzela neminye nakho kuzocutshungulwa. Umkhosi wokubonga indaba nawo ngeke wabukelwa phansi. Isahluko sesithupha sizobe sesiyiphothula le mbenge bese sihlaziya lonke ucwaningo siveze namakhambi (izincomo). Imidlalo
author2 Khumalo, Z.L.M.
author_facet Khumalo, Z.L.M.
Mthembu, Magwegwe Zeblon
author Mthembu, Magwegwe Zeblon
author_sort Mthembu, Magwegwe Zeblon
title Ukukhula komfana esizweni samaZulu
title_short Ukukhula komfana esizweni samaZulu
title_full Ukukhula komfana esizweni samaZulu
title_fullStr Ukukhula komfana esizweni samaZulu
title_full_unstemmed Ukukhula komfana esizweni samaZulu
title_sort ukukhula komfana esizweni samazulu
publishDate 2010
url http://hdl.handle.net/10530/259
work_keys_str_mv AT mthembumagwegwezeblon ukukhulakomfanaesizwenisamazulu
_version_ 1719306834654789632