Ucwaningo ngomthelela wamalungelo abesifazane nezingane ekuqedeni amasiko nenhlonipho esizweni samaZulu

Lolucwaningo lwethula ukufeza izidingo zeziqu ze- Masters of Arts emnyangweni wesiZulu namagugu enyuvesi yaKwaZulu === Intuthuko ifika nezinguquko ezahlukene nezenza kwesinye isikhathi kuthinteke nosikompilo lomuntu. UMthetho wamaLungelo alethe ushintsho olukhulu eNingizimu neAfrika, abe nomthelela...

Full description

Bibliographic Details
Main Author: Xulu, Khwezi. Primrose
Other Authors: Mashiyane, Z.J
Format: Others
Language:zu
Published: University of Zululand 2015
Online Access:http://hdl.handle.net/10530/1370
id ndltd-netd.ac.za-oai-union.ndltd.org-uzulu-oai-uzspace.unizulu.ac.za-10530-1370
record_format oai_dc
spelling ndltd-netd.ac.za-oai-union.ndltd.org-uzulu-oai-uzspace.unizulu.ac.za-10530-13702020-10-14T05:12:01Z Ucwaningo ngomthelela wamalungelo abesifazane nezingane ekuqedeni amasiko nenhlonipho esizweni samaZulu Xulu, Khwezi. Primrose Mashiyane, Z.J Lolucwaningo lwethula ukufeza izidingo zeziqu ze- Masters of Arts emnyangweni wesiZulu namagugu enyuvesi yaKwaZulu Intuthuko ifika nezinguquko ezahlukene nezenza kwesinye isikhathi kuthinteke nosikompilo lomuntu. UMthetho wamaLungelo alethe ushintsho olukhulu eNingizimu neAfrika, abe nomthelela ekuziphatheni kwabantu besifazane nezingane esizweni samaZulu. Lokhu kuthinte kakhulu amasiko nenhlonipho esizweni. Kuzovezwa ukungaboni ngaso linye okukhona ezinhlakeni ezithile mayelana nezinguquko ezithinta isiko ekwenzeni imicimbi ethile bese kuzanywa ikhambi lokwelapha lokhu. Isahluko sokuqala: Lapha kwethulwa ucwaningo ngokuveza inhloso nentshisekelo yocwaningo. Kukhona izihloko ezizokwakha ucwaningo njengengqinamba, indlela yokuqhuba ucwaningo, ukubaluleka kocwaningo, imibono yongoti nabathintekayo. Umklamo uzoveza ukuthi ucwaningo luzobe lugxile kuphi. Ukuchazwa kwamagama athintwa isihloko socwaningo kuzokwenza kucace ukuthi liyini isiko. Isahluko sesibili: Kuzobuzwa abantu ngalokho okuthinta isiko namaLungelo. Uhla lwemibuzo luzosetshenziswa ukuze kuvele imizwa nemibono eyahlukahlukene yabantu. Abantu bamazinga ahlukene intsha, omama kanye nogogo bazophawula bazwakalise imibono yabo ngokulandela uhla lwemibuzo. Kuzofundwa imibhalo yongoti nokuphawula kwabo kanye nolwazi olutholakala emaphephandabeni emisakazweni nakomabonakude. Isahluko sesithathu: Kuzohlaziywa imiphumela yocwaningo kanye nemibono yababhali. Kuzovezwa nezinguquko esezikhona mayelana nendlela okuqhutshwa ngayo amanye amasiko esintu. Kuzobhekwa nezigameko ezenzeka esikhathini okuphilwa kuso ukuthi ngabe amaLungelo aneqhaza elingakanani ekunyuseni izibalo. Isahluko sesine: Kubhekwa izinselelo ezibhekene nesizwe sonkana. Izinselelo ngokwamazinga ahlukene njengamakhosi, intsha, izintombi, nezinsizwa kanye ne Silo samabandla. Kucubungulwa iqhaza isizwe elingasithatha ukubhekana nenkinga nokuqhamuka nesisombululo. Isahluko sesihlanu: Kulesi sahluko kubhekwa iziphakamiso, izincomo nokusonga. Kuningi okungaba izixazululo ezingenza uZulu wonkana asale ethokozile ezintweni ezithintaokungamagugu esizwe samaZulu. Lapha kugoqwa konke ngethemba lokuthi kuzosizakala abantu bamazinga ahlukene kakhulukazi intsha 2015-09-21T13:34:20Z 2015-09-21T13:34:20Z 2014 Thesis http://hdl.handle.net/10530/1370 zu application/pdf University of Zululand
collection NDLTD
language zu
format Others
sources NDLTD
description Lolucwaningo lwethula ukufeza izidingo zeziqu ze- Masters of Arts emnyangweni wesiZulu namagugu enyuvesi yaKwaZulu === Intuthuko ifika nezinguquko ezahlukene nezenza kwesinye isikhathi kuthinteke nosikompilo lomuntu. UMthetho wamaLungelo alethe ushintsho olukhulu eNingizimu neAfrika, abe nomthelela ekuziphatheni kwabantu besifazane nezingane esizweni samaZulu. Lokhu kuthinte kakhulu amasiko nenhlonipho esizweni. Kuzovezwa ukungaboni ngaso linye okukhona ezinhlakeni ezithile mayelana nezinguquko ezithinta isiko ekwenzeni imicimbi ethile bese kuzanywa ikhambi lokwelapha lokhu. Isahluko sokuqala: Lapha kwethulwa ucwaningo ngokuveza inhloso nentshisekelo yocwaningo. Kukhona izihloko ezizokwakha ucwaningo njengengqinamba, indlela yokuqhuba ucwaningo, ukubaluleka kocwaningo, imibono yongoti nabathintekayo. Umklamo uzoveza ukuthi ucwaningo luzobe lugxile kuphi. Ukuchazwa kwamagama athintwa isihloko socwaningo kuzokwenza kucace ukuthi liyini isiko. Isahluko sesibili: Kuzobuzwa abantu ngalokho okuthinta isiko namaLungelo. Uhla lwemibuzo luzosetshenziswa ukuze kuvele imizwa nemibono eyahlukahlukene yabantu. Abantu bamazinga ahlukene intsha, omama kanye nogogo bazophawula bazwakalise imibono yabo ngokulandela uhla lwemibuzo. Kuzofundwa imibhalo yongoti nokuphawula kwabo kanye nolwazi olutholakala emaphephandabeni emisakazweni nakomabonakude. Isahluko sesithathu: Kuzohlaziywa imiphumela yocwaningo kanye nemibono yababhali. Kuzovezwa nezinguquko esezikhona mayelana nendlela okuqhutshwa ngayo amanye amasiko esintu. Kuzobhekwa nezigameko ezenzeka esikhathini okuphilwa kuso ukuthi ngabe amaLungelo aneqhaza elingakanani ekunyuseni izibalo. Isahluko sesine: Kubhekwa izinselelo ezibhekene nesizwe sonkana. Izinselelo ngokwamazinga ahlukene njengamakhosi, intsha, izintombi, nezinsizwa kanye ne Silo samabandla. Kucubungulwa iqhaza isizwe elingasithatha ukubhekana nenkinga nokuqhamuka nesisombululo. Isahluko sesihlanu: Kulesi sahluko kubhekwa iziphakamiso, izincomo nokusonga. Kuningi okungaba izixazululo ezingenza uZulu wonkana asale ethokozile ezintweni ezithintaokungamagugu esizwe samaZulu. Lapha kugoqwa konke ngethemba lokuthi kuzosizakala abantu bamazinga ahlukene kakhulukazi intsha
author2 Mashiyane, Z.J
author_facet Mashiyane, Z.J
Xulu, Khwezi. Primrose
author Xulu, Khwezi. Primrose
spellingShingle Xulu, Khwezi. Primrose
Ucwaningo ngomthelela wamalungelo abesifazane nezingane ekuqedeni amasiko nenhlonipho esizweni samaZulu
author_sort Xulu, Khwezi. Primrose
title Ucwaningo ngomthelela wamalungelo abesifazane nezingane ekuqedeni amasiko nenhlonipho esizweni samaZulu
title_short Ucwaningo ngomthelela wamalungelo abesifazane nezingane ekuqedeni amasiko nenhlonipho esizweni samaZulu
title_full Ucwaningo ngomthelela wamalungelo abesifazane nezingane ekuqedeni amasiko nenhlonipho esizweni samaZulu
title_fullStr Ucwaningo ngomthelela wamalungelo abesifazane nezingane ekuqedeni amasiko nenhlonipho esizweni samaZulu
title_full_unstemmed Ucwaningo ngomthelela wamalungelo abesifazane nezingane ekuqedeni amasiko nenhlonipho esizweni samaZulu
title_sort ucwaningo ngomthelela wamalungelo abesifazane nezingane ekuqedeni amasiko nenhlonipho esizweni samazulu
publisher University of Zululand
publishDate 2015
url http://hdl.handle.net/10530/1370
work_keys_str_mv AT xulukhweziprimrose ucwaningongomthelelawamalungeloabesifazanenezinganeekuqedeniamasikonenhloniphoesizwenisamazulu
_version_ 1719351915490312192