Ucwaningo ngesakhiwo sangaphandle ezinkondlweni zika – E.L. Mhlanga

A thesis submitted in partial fulfillment of the requirements for the degree of Master of Arts in the department of Isizulu naMagugu in the Faculty of arts at the University of Zululand, 2005. === Lona umsebenzi wocwaningo ohlelwe ngokwezahluko eziyisikhombisa. Leso naleso sahluko sigxile emgomeni...

Full description

Bibliographic Details
Main Author: Thwala, Delisile Emmah
Other Authors: Khumalo, L.Z.M.
Format: Others
Language:zu
Published: 2009
Subjects:
Online Access:http://hdl.handle.net/10530/113
id ndltd-netd.ac.za-oai-union.ndltd.org-uzulu-oai-uzspace.unizulu.ac.za-10530-113
record_format oai_dc
spelling ndltd-netd.ac.za-oai-union.ndltd.org-uzulu-oai-uzspace.unizulu.ac.za-10530-1132020-01-07T03:13:39Z Ucwaningo ngesakhiwo sangaphandle ezinkondlweni zika – E.L. Mhlanga Thwala, Delisile Emmah Khumalo, L.Z.M. Zulu Poetry A thesis submitted in partial fulfillment of the requirements for the degree of Master of Arts in the department of Isizulu naMagugu in the Faculty of arts at the University of Zululand, 2005. Lona umsebenzi wocwaningo ohlelwe ngokwezahluko eziyisikhombisa. Leso naleso sahluko sigxile emgomeni owodwa ogqamile ezinkondlweni zembongi ekhethelwe lolu cwaningo u-EJ Mhlanga. ISAHLUKO 1: sendlalela ucwaningo ngokucubungulisisa izinhloso, izindlela nomkhawulo wocwaningo kanye nomlando wembongi okuhlaziywa izinkondlo zayo. Kugxilwe ezinhlosweni zokucwaninga imvumelwano, ifanamsindo, ukuxhumanisa, impindamqondo nempindwa kanye nesigqi. Umkhawulo wocwaningo ugxile emaqoqweni ezinkondlo ayisithupha, okukhethwe izinkondlo ezingamashumi amane nesithupha ezihlungelwe lolu cwaningo. Kusetshenziswe izindlela zocwaningo ezimbili: indlela yemibuzo negokufundwa kwezincwadi eziqukethe imigomo yokuhluza. ISAHLUKO 2: sithinta imvumelwano ezinkondlweni eziqokiwe. Sigqamisa izindawo izimvumelwano ezitholakala kuzona: ekuqaleni, maphakathi nasekugcineni kwemigqa yezinkondlo. ISAHLUKO 3: kucutshungulwe ukufana kwemisindo ukusukela konkamisa, ongwaqa kuze kufinyelele kumalunga. Kuhlaziywe kabanzi ofanankamisa, fanangwaqa nefuzamsindo ekuvezeni imiqondo nemigqumo ezinkondlweni. ISAHLUKO 4: lapha kucwaningwe ngokuxhumanisa kwagxilwa ezindaweni okwenzeka kuzona: ekuqaleni, maphakathi nasekugcineni kwemigqa yezinkondlo. Kuhlaziywe nendlela okwenzeka ngayo okuthinta ukweqa imigqa, ukuphambana, ubunxemu nokuba mazombe. ISAHLUKO5: siveza ukusebenza kwempindamqondo egqanyiswe ukusetshenziswa kwamagama aphindiwe ngenhloso yokuletha umgqumo ezinkondlweni. Impindwa ivuzwe ukuphindeka kwemigqa ekuqaleni, mmaphakathi nasekugcineni kwezingaba zezinkondlo. ISAHLUKO 6: kucutshungulwe isigqi esigqanyiswe ukwelekana kwemigqa, ukweqiwa kwawonkamisa, amalunga namagama athile aphelele. Kuhlaziywe izigaba, izindima nezikhawu ezitholakala ezinkondlweni ezikhethelwe lolu cwaningo. ISAHLUKO 7: siqoqela ndawonye imiphumela nezincomo zocwaningo. Kuvela iziphakamiso nezinselelo okufanele zihlolisiswe ngabanye abacwaningi ekuhluzweni kwezinkondlo. 2009-10-09T08:19:23Z 2009-10-09T08:19:23Z 2005 Thesis http://hdl.handle.net/10530/113 zu application/pdf
collection NDLTD
language zu
format Others
sources NDLTD
topic Zulu Poetry
spellingShingle Zulu Poetry
Thwala, Delisile Emmah
Ucwaningo ngesakhiwo sangaphandle ezinkondlweni zika – E.L. Mhlanga
description A thesis submitted in partial fulfillment of the requirements for the degree of Master of Arts in the department of Isizulu naMagugu in the Faculty of arts at the University of Zululand, 2005. === Lona umsebenzi wocwaningo ohlelwe ngokwezahluko eziyisikhombisa. Leso naleso sahluko sigxile emgomeni owodwa ogqamile ezinkondlweni zembongi ekhethelwe lolu cwaningo u-EJ Mhlanga. ISAHLUKO 1: sendlalela ucwaningo ngokucubungulisisa izinhloso, izindlela nomkhawulo wocwaningo kanye nomlando wembongi okuhlaziywa izinkondlo zayo. Kugxilwe ezinhlosweni zokucwaninga imvumelwano, ifanamsindo, ukuxhumanisa, impindamqondo nempindwa kanye nesigqi. Umkhawulo wocwaningo ugxile emaqoqweni ezinkondlo ayisithupha, okukhethwe izinkondlo ezingamashumi amane nesithupha ezihlungelwe lolu cwaningo. Kusetshenziswe izindlela zocwaningo ezimbili: indlela yemibuzo negokufundwa kwezincwadi eziqukethe imigomo yokuhluza. ISAHLUKO 2: sithinta imvumelwano ezinkondlweni eziqokiwe. Sigqamisa izindawo izimvumelwano ezitholakala kuzona: ekuqaleni, maphakathi nasekugcineni kwemigqa yezinkondlo. ISAHLUKO 3: kucutshungulwe ukufana kwemisindo ukusukela konkamisa, ongwaqa kuze kufinyelele kumalunga. Kuhlaziywe kabanzi ofanankamisa, fanangwaqa nefuzamsindo ekuvezeni imiqondo nemigqumo ezinkondlweni. ISAHLUKO 4: lapha kucwaningwe ngokuxhumanisa kwagxilwa ezindaweni okwenzeka kuzona: ekuqaleni, maphakathi nasekugcineni kwemigqa yezinkondlo. Kuhlaziywe nendlela okwenzeka ngayo okuthinta ukweqa imigqa, ukuphambana, ubunxemu nokuba mazombe. ISAHLUKO5: siveza ukusebenza kwempindamqondo egqanyiswe ukusetshenziswa kwamagama aphindiwe ngenhloso yokuletha umgqumo ezinkondlweni. Impindwa ivuzwe ukuphindeka kwemigqa ekuqaleni, mmaphakathi nasekugcineni kwezingaba zezinkondlo. ISAHLUKO 6: kucutshungulwe isigqi esigqanyiswe ukwelekana kwemigqa, ukweqiwa kwawonkamisa, amalunga namagama athile aphelele. Kuhlaziywe izigaba, izindima nezikhawu ezitholakala ezinkondlweni ezikhethelwe lolu cwaningo. ISAHLUKO 7: siqoqela ndawonye imiphumela nezincomo zocwaningo. Kuvela iziphakamiso nezinselelo okufanele zihlolisiswe ngabanye abacwaningi ekuhluzweni kwezinkondlo.
author2 Khumalo, L.Z.M.
author_facet Khumalo, L.Z.M.
Thwala, Delisile Emmah
author Thwala, Delisile Emmah
author_sort Thwala, Delisile Emmah
title Ucwaningo ngesakhiwo sangaphandle ezinkondlweni zika – E.L. Mhlanga
title_short Ucwaningo ngesakhiwo sangaphandle ezinkondlweni zika – E.L. Mhlanga
title_full Ucwaningo ngesakhiwo sangaphandle ezinkondlweni zika – E.L. Mhlanga
title_fullStr Ucwaningo ngesakhiwo sangaphandle ezinkondlweni zika – E.L. Mhlanga
title_full_unstemmed Ucwaningo ngesakhiwo sangaphandle ezinkondlweni zika – E.L. Mhlanga
title_sort ucwaningo ngesakhiwo sangaphandle ezinkondlweni zika – e.l. mhlanga
publishDate 2009
url http://hdl.handle.net/10530/113
work_keys_str_mv AT thwaladelisileemmah ucwaningongesakhiwosangaphandleezinkondlwenizikaelmhlanga
_version_ 1719306709528215552