Socio-economic and gender determinants of immunisation coverage in the federal capital territory, Nigeria

Abstracts in English and Zulu === Immunisation is a cost-effective public health intervention that contributes to the attainment of the Sustainable Development Goals (SDGs). About 40% of children under the age of five years die from vaccine-preventable diseases in Nigeria. Routine immunisation ha...

Full description

Bibliographic Details
Main Author: Yehualashet, Yared Gettu
Other Authors: Cornwell, Linda
Format: Others
Language:en
Published: 2021
Subjects:
Online Access:http://hdl.handle.net/10500/27353
id ndltd-netd.ac.za-oai-union.ndltd.org-unisa-oai-uir.unisa.ac.za-10500-27353
record_format oai_dc
collection NDLTD
language en
format Others
sources NDLTD
topic Social and economic determinants
Immunisation
Gender
Women empowerment
Barriers to immunisation
Immunisation coverage
Mixed study methods
Health-seeking behaviour
Nigeria
Federal Capital Territory
Izinto eziwumthelela ezibhekene nabantu kanye nezomnotho
Ugonyo
Ubulili
Ukuhlinzeka abesimame ngamandla
Izihibe ngogonyo
Ukunaba kokwengamela ngogonyo
Amamethodi ehlukene ocwaningo
Ukuziphatha kokufuna ezempilo
iNigeria
i-Federal Capital Territory
362.109669
Health services accessibility -- Nigeria
Discrimination in medical care -- Nigeria
Public health -- Economic aspects -- Nigeria
Health planning -- Economic aspects -- Nigeria
Social classes -- Health aspects -- Nigeria
Social status -- Health aspects -- Nigeria
spellingShingle Social and economic determinants
Immunisation
Gender
Women empowerment
Barriers to immunisation
Immunisation coverage
Mixed study methods
Health-seeking behaviour
Nigeria
Federal Capital Territory
Izinto eziwumthelela ezibhekene nabantu kanye nezomnotho
Ugonyo
Ubulili
Ukuhlinzeka abesimame ngamandla
Izihibe ngogonyo
Ukunaba kokwengamela ngogonyo
Amamethodi ehlukene ocwaningo
Ukuziphatha kokufuna ezempilo
iNigeria
i-Federal Capital Territory
362.109669
Health services accessibility -- Nigeria
Discrimination in medical care -- Nigeria
Public health -- Economic aspects -- Nigeria
Health planning -- Economic aspects -- Nigeria
Social classes -- Health aspects -- Nigeria
Social status -- Health aspects -- Nigeria
Yehualashet, Yared Gettu
Socio-economic and gender determinants of immunisation coverage in the federal capital territory, Nigeria
description Abstracts in English and Zulu === Immunisation is a cost-effective public health intervention that contributes to the attainment of the Sustainable Development Goals (SDGs). About 40% of children under the age of five years die from vaccine-preventable diseases in Nigeria. Routine immunisation has been quite low in Nigeria, where national coverage is estimated to be 33%, according to a 2016–2017 survey. This empirical research was aimed at determining the key socio-economic and gender determinants of immunisation in the Federal Capital Territory (FCT), identifying gaps and proffering solutions. Mixed methods of data collection and analysis were used. Data were gathered from several secondary sources and from 11 key informants using semi-structured interviews and 501 household and 26 health-facility surveys using questionnaires mounted on Open Data Kit. Lot quality assurance sampling and probability to population size methodology were used to size the samples and identify survey locations. Odds ratio analysis and logistic regression analysis were conducted to gauge the statistical association between the determinants and the coverage of immunisation. The main finding that was reached on the basis of the documents reviewed and the feedback received from the key informants was that they were gender blind at worst and gender neural at best. Most of the current strategies give little attention to socio-economic and gender barriers. Over 40 immunisation variables were identified. The analysis, particularly using the 2x2 odds ratio, yielded mixed results. The majority of the variables exhibited a close statistical association as far as immunisation indices were concerned. These variables included urban residency, married couples, literacy, birth at a health facility, antenatal care experience, vaccination card possession, immunisation knowledge, child health information, non-farming earnings, socio-economic status and tolerance of spouse beating. On the other hand, variables that were found to have no statistical significance included sex, marital status, marriage type, age, religion, tetanus toxoid (TT) vaccination and adequacy of income. Immunisation and gender are intertwined, particularly because of mothers’ biological and social attachment to their children. At the same time, conducting vaccination avails the opportunity to access almost all households. Moreover, it is important to recognise that socio-economic and gender determinants are not totally in control of one ministry. Single agenda interventions will not produce the desired result. A paradigm shift and the concerted effort of various sectors and partners are required. Therefore, the Nigerian government should galvanise the relevant stakeholders to bring gender and socio-economic variables into the mainstream throughout the immunisation ecosystem and to implement integrated development initiatives by prioritising vulnerable communities. === Ugonyo yindlela engcono yokungenela kwezempilo yabantu engathela esivivaneni ekufinyeleleni izinhloso zentuthuko eqhubekela phambili ezaziwa ngelokuthi yi- Sustainable Development Goals (SDGs). Cishe izingane ezifinyelela ku 40% ezingaphansi kweminyaka emihlanu zibulawa yizifo ezivimbelekayo ngomgcabo emitholampilo eNigeria. Ukugonya njalo kusezingeni eliphansi eNigeria, laphokhona ukwengamela kuzwelonke kulinganiselwa ku 33%, ngokuya kocwaningo olwenziwe phakathi kuka 2016-2017. Ucwaningo lokuthola ubufakazi lwalunenhloso yokubona imithelela yezesimo sabantu nomnotho (socio-economic) kanye nobulili ngokugonya kwi-Federal Capital Territory (FCT) ukubona amagebe kanye nokutholakala kwezixazululo. Amamethodi axubene okuqokelela ulwazi kanye nohlaziyo kwasetshenziswa. Ulwazi lwaqokelelwa ngokufunda imithombo yemibhalo (secondary sources) kanye nakubantu ababalulekile abanolwazi (key informants) abangu 11 ngokusebenzisa ama-semi-structured interview kanye nemizi engu 501 kanye namasurvey amafasilithi ezempilo angu 26 ngokusebenzisa uhla lwemibuzo yamaquestionnaire ebifakelwe kwi-Open Data Kit. Kwasetshenziswa nemethodi ye-Lot quality assurance sampling ne-probability, ngemethodoloji yobuningi babantu, ukwenza usayizi wamasampuli kanye nokubona izindawo okumele kwenziwe kuzo ama-survey. Kwenziwa nohlaziyo lwe-Odds ratio analysis kanye ne-logisic regression analysis ukubona ukuhambelana kwamastatistiki phakathi kwezinto eziwumthelela kanye nokunaba kongamelo lokwenziwa kogonyo. Okukhulu okutholakele ngokulandela amadokhumende okufundwe kuwo, kanye nezimpendulo ezivela kulabo abanolwazi ababalulekile (key informants) kube wukuthi bekungaboneleli ubulili (gender blind) kanti futhi bekungachemile ngokulandela ubulili (gender neutral) ngezinga elibi nangokungcono kakhulu. Amasu amaningi amanje awanakekeli kakhulu izihibe ezimayelana nabantu nezomnotho kanye nezobulili. Kwaphawulwa cishe izinto ezehlukene zama-variable ezingu 40 mayelana nogonyo. Uhlaziyo, ikakhulukazi ngokusebenzisa i 2x2 odds ratio, lwaveza imiphumela exubene. Ezinto zama-variable ehlukene eziningi zikhombise ukuhlobana phakathi kwamastatistiki mayelana namaindices ogonyo. Lama variable, abandakanye ukuhlala emadolobheni, abantu abashadile, ikhono lokubhala nokufunda, ukuzalwa kwezingane kumafasilithi ezempilo, izipiliyoni zonakekelo lwengane ngaphambi kokuzalwa, ukuba nekhadi lomgcabo ix wasemitholampilo, ulwazi ngogonyo, ulwazi ngempilo yengane, ukuthola imali ngemisebenzi engeyona eyokulima, isimo sabantu mayelana nezomnotho, kanye nokuqinisela ukuhlukunyezwa ngokushaywa kwabesimame. Kanti ngakolunye uhlangothi, ama-variable atholakale engenakho ukubaluleka ngokwamastatistiki, abandakanya ubulili, isimo ngokomendo, inhlobo yomendo, iminyaka yobudala, inkolo, umgcabo we-tetanus toxoid (TT), kanye nokwenela kwengeniso lemali. Ugonyo kanye nobulili kuyangenelana nokuhambelana, ikakhulukazi ngenxa yokusondelana komama kanye nezingane zabo. Ngaso leso sikhathi, ukwenziwa kogonyo kuhlinzeka ngethuba lokufinyelela cishe kuwo yonke imizi eminingi. Nangaphezu kwalokho, kubalulekile ukwamukela ukuthi isimo sabantu mayelana nezomnotho kanye nobulili kuyizinto ezinomthelela, azinalo ulawulo oluphelele kumnyango kangqongqoshe owodwa. Ungenelo ngento eyodwa ngeke kwaveza imiphumela efiswayo. Ukugudluka ngokomqondo (paradigm shift), kanye nemizamo eqhubekela phambili yemikhakha ehlukene kanye nabasebenzisani kuyadingeka. Ngakho-ke uhulumeni waseNigeria, kumele agqugquzele ababambiqhaza abafanele ukuhlanganisa nokufaka emkhakheni ofanele izinto ezimayelana nabantu nomnotho kanye nobulili, kuyo yonke inqubo yokusebenzisana kwemikhakha okumele isebenzisane nehlangene ukusebenza ngokulandela inqubo yentuthuko ehlangane ngokubonelela imiphakathi ekwizimo ezibucayi === Development Studies === D. Phil. (Development Studies)
author2 Cornwell, Linda
author_facet Cornwell, Linda
Yehualashet, Yared Gettu
author Yehualashet, Yared Gettu
author_sort Yehualashet, Yared Gettu
title Socio-economic and gender determinants of immunisation coverage in the federal capital territory, Nigeria
title_short Socio-economic and gender determinants of immunisation coverage in the federal capital territory, Nigeria
title_full Socio-economic and gender determinants of immunisation coverage in the federal capital territory, Nigeria
title_fullStr Socio-economic and gender determinants of immunisation coverage in the federal capital territory, Nigeria
title_full_unstemmed Socio-economic and gender determinants of immunisation coverage in the federal capital territory, Nigeria
title_sort socio-economic and gender determinants of immunisation coverage in the federal capital territory, nigeria
publishDate 2021
url http://hdl.handle.net/10500/27353
work_keys_str_mv AT yehualashetyaredgettu socioeconomicandgenderdeterminantsofimmunisationcoverageinthefederalcapitalterritorynigeria
_version_ 1719409874242109440
spelling ndltd-netd.ac.za-oai-union.ndltd.org-unisa-oai-uir.unisa.ac.za-10500-273532021-06-11T05:09:33Z Socio-economic and gender determinants of immunisation coverage in the federal capital territory, Nigeria Yehualashet, Yared Gettu Cornwell, Linda Social and economic determinants Immunisation Gender Women empowerment Barriers to immunisation Immunisation coverage Mixed study methods Health-seeking behaviour Nigeria Federal Capital Territory Izinto eziwumthelela ezibhekene nabantu kanye nezomnotho Ugonyo Ubulili Ukuhlinzeka abesimame ngamandla Izihibe ngogonyo Ukunaba kokwengamela ngogonyo Amamethodi ehlukene ocwaningo Ukuziphatha kokufuna ezempilo iNigeria i-Federal Capital Territory 362.109669 Health services accessibility -- Nigeria Discrimination in medical care -- Nigeria Public health -- Economic aspects -- Nigeria Health planning -- Economic aspects -- Nigeria Social classes -- Health aspects -- Nigeria Social status -- Health aspects -- Nigeria Abstracts in English and Zulu Immunisation is a cost-effective public health intervention that contributes to the attainment of the Sustainable Development Goals (SDGs). About 40% of children under the age of five years die from vaccine-preventable diseases in Nigeria. Routine immunisation has been quite low in Nigeria, where national coverage is estimated to be 33%, according to a 2016–2017 survey. This empirical research was aimed at determining the key socio-economic and gender determinants of immunisation in the Federal Capital Territory (FCT), identifying gaps and proffering solutions. Mixed methods of data collection and analysis were used. Data were gathered from several secondary sources and from 11 key informants using semi-structured interviews and 501 household and 26 health-facility surveys using questionnaires mounted on Open Data Kit. Lot quality assurance sampling and probability to population size methodology were used to size the samples and identify survey locations. Odds ratio analysis and logistic regression analysis were conducted to gauge the statistical association between the determinants and the coverage of immunisation. The main finding that was reached on the basis of the documents reviewed and the feedback received from the key informants was that they were gender blind at worst and gender neural at best. Most of the current strategies give little attention to socio-economic and gender barriers. Over 40 immunisation variables were identified. The analysis, particularly using the 2x2 odds ratio, yielded mixed results. The majority of the variables exhibited a close statistical association as far as immunisation indices were concerned. These variables included urban residency, married couples, literacy, birth at a health facility, antenatal care experience, vaccination card possession, immunisation knowledge, child health information, non-farming earnings, socio-economic status and tolerance of spouse beating. On the other hand, variables that were found to have no statistical significance included sex, marital status, marriage type, age, religion, tetanus toxoid (TT) vaccination and adequacy of income. Immunisation and gender are intertwined, particularly because of mothers’ biological and social attachment to their children. At the same time, conducting vaccination avails the opportunity to access almost all households. Moreover, it is important to recognise that socio-economic and gender determinants are not totally in control of one ministry. Single agenda interventions will not produce the desired result. A paradigm shift and the concerted effort of various sectors and partners are required. Therefore, the Nigerian government should galvanise the relevant stakeholders to bring gender and socio-economic variables into the mainstream throughout the immunisation ecosystem and to implement integrated development initiatives by prioritising vulnerable communities. Ugonyo yindlela engcono yokungenela kwezempilo yabantu engathela esivivaneni ekufinyeleleni izinhloso zentuthuko eqhubekela phambili ezaziwa ngelokuthi yi- Sustainable Development Goals (SDGs). Cishe izingane ezifinyelela ku 40% ezingaphansi kweminyaka emihlanu zibulawa yizifo ezivimbelekayo ngomgcabo emitholampilo eNigeria. Ukugonya njalo kusezingeni eliphansi eNigeria, laphokhona ukwengamela kuzwelonke kulinganiselwa ku 33%, ngokuya kocwaningo olwenziwe phakathi kuka 2016-2017. Ucwaningo lokuthola ubufakazi lwalunenhloso yokubona imithelela yezesimo sabantu nomnotho (socio-economic) kanye nobulili ngokugonya kwi-Federal Capital Territory (FCT) ukubona amagebe kanye nokutholakala kwezixazululo. Amamethodi axubene okuqokelela ulwazi kanye nohlaziyo kwasetshenziswa. Ulwazi lwaqokelelwa ngokufunda imithombo yemibhalo (secondary sources) kanye nakubantu ababalulekile abanolwazi (key informants) abangu 11 ngokusebenzisa ama-semi-structured interview kanye nemizi engu 501 kanye namasurvey amafasilithi ezempilo angu 26 ngokusebenzisa uhla lwemibuzo yamaquestionnaire ebifakelwe kwi-Open Data Kit. Kwasetshenziswa nemethodi ye-Lot quality assurance sampling ne-probability, ngemethodoloji yobuningi babantu, ukwenza usayizi wamasampuli kanye nokubona izindawo okumele kwenziwe kuzo ama-survey. Kwenziwa nohlaziyo lwe-Odds ratio analysis kanye ne-logisic regression analysis ukubona ukuhambelana kwamastatistiki phakathi kwezinto eziwumthelela kanye nokunaba kongamelo lokwenziwa kogonyo. Okukhulu okutholakele ngokulandela amadokhumende okufundwe kuwo, kanye nezimpendulo ezivela kulabo abanolwazi ababalulekile (key informants) kube wukuthi bekungaboneleli ubulili (gender blind) kanti futhi bekungachemile ngokulandela ubulili (gender neutral) ngezinga elibi nangokungcono kakhulu. Amasu amaningi amanje awanakekeli kakhulu izihibe ezimayelana nabantu nezomnotho kanye nezobulili. Kwaphawulwa cishe izinto ezehlukene zama-variable ezingu 40 mayelana nogonyo. Uhlaziyo, ikakhulukazi ngokusebenzisa i 2x2 odds ratio, lwaveza imiphumela exubene. Ezinto zama-variable ehlukene eziningi zikhombise ukuhlobana phakathi kwamastatistiki mayelana namaindices ogonyo. Lama variable, abandakanye ukuhlala emadolobheni, abantu abashadile, ikhono lokubhala nokufunda, ukuzalwa kwezingane kumafasilithi ezempilo, izipiliyoni zonakekelo lwengane ngaphambi kokuzalwa, ukuba nekhadi lomgcabo ix wasemitholampilo, ulwazi ngogonyo, ulwazi ngempilo yengane, ukuthola imali ngemisebenzi engeyona eyokulima, isimo sabantu mayelana nezomnotho, kanye nokuqinisela ukuhlukunyezwa ngokushaywa kwabesimame. Kanti ngakolunye uhlangothi, ama-variable atholakale engenakho ukubaluleka ngokwamastatistiki, abandakanya ubulili, isimo ngokomendo, inhlobo yomendo, iminyaka yobudala, inkolo, umgcabo we-tetanus toxoid (TT), kanye nokwenela kwengeniso lemali. Ugonyo kanye nobulili kuyangenelana nokuhambelana, ikakhulukazi ngenxa yokusondelana komama kanye nezingane zabo. Ngaso leso sikhathi, ukwenziwa kogonyo kuhlinzeka ngethuba lokufinyelela cishe kuwo yonke imizi eminingi. Nangaphezu kwalokho, kubalulekile ukwamukela ukuthi isimo sabantu mayelana nezomnotho kanye nobulili kuyizinto ezinomthelela, azinalo ulawulo oluphelele kumnyango kangqongqoshe owodwa. Ungenelo ngento eyodwa ngeke kwaveza imiphumela efiswayo. Ukugudluka ngokomqondo (paradigm shift), kanye nemizamo eqhubekela phambili yemikhakha ehlukene kanye nabasebenzisani kuyadingeka. Ngakho-ke uhulumeni waseNigeria, kumele agqugquzele ababambiqhaza abafanele ukuhlanganisa nokufaka emkhakheni ofanele izinto ezimayelana nabantu nomnotho kanye nobulili, kuyo yonke inqubo yokusebenzisana kwemikhakha okumele isebenzisane nehlangene ukusebenza ngokulandela inqubo yentuthuko ehlangane ngokubonelela imiphakathi ekwizimo ezibucayi Development Studies D. Phil. (Development Studies) 2021-05-24T13:03:07Z 2021-05-24T13:03:07Z 2021-05 Thesis http://hdl.handle.net/10500/27353 en 1 online resource (xxix, 364 leaves) application/pdf